Yeqela kokuqukethwe
SETHULA

Izenzakalo ezijabulisayo ze-Airbnb

Uhambo olubungaziwe oluya ezindaweni ezimangalisayo—konke okumelwe ukwenze ukuthi ufike.

Indlela entsha yokuhamba ku-Airbnb

Shiya phansi imizila ehanjwa yizihambi ebese ungena ujule ohambweni olujabulisayo noluyingqayizivele ngendlela emangalisayo emhlabeni jikelele. Lokhu kuhamba kwamaqembu amancane kuqala ezinsukwini ezingu-2 kuya kwezingu-10 bese kuqala ku-$99 vo—kunendawo yokuhlala, ukudla kanti nokwenziwayo kufakiwe. Ochwepheshe bababungazi bendawo basingatha imininingwane, ngakho-ke konke okufanele ukwenze ukuthi ufike.

Ukuhlela uhambo kufanele kube lula

Imininingwane yohambo ehlelwe ngobuchwepheshe
Khetha emakhulwini ohambo lwamaqembu oluhlelwe ababungazi abanolwazi lwendawo olujulile nezifakazo zangaphandle.
Ukuhlala nokudla kufakiwe
Ngaphezu kokuhlela okwenziwayo, ababungazi bohambo olujabulisayo bahlinzeka ngendawo yokuhlala nokudla. Ngakho-ke konke okudingeka ukwenze ukubhukha bese uhamba.
Zonke izinhlelo zisingathiwe
Yonga isikhathi sokucwaninga ngezingubo zokugqoka futhi uyeke ukukhathazeka ngalokho okufanele ukulethe. Ababungazi bahlela uhlu lwakho lwezimpahla futhi bahlinzeke ngezinto zokuhamba zasendaweni.

Yakhelwe wonke amazinga

Izenzakalo kufanele zikwazi ukufinyelelwa yiwo wonke umuntu. Awudingi ukuba umlutha oshiselwa yigazi othanda i-BASE-jumping noma umuntu onesibindi othanda ukukhempa emahlathini. Okuwukuphela kwento oyidingayo umhlahlandlela ofanele.

Yingakho Izenzakalo Ze-Airbnb zibungazwa ochwepheshe abacabangelayo abanobudlelwano obujulile nemiphakathi yabo yasendaweni. Bakhe uhambo oluhleliwe lwezimfundamakhwela ezinovalo kuye kuma-trekker angomakadebona, ngamabheji ahlukahlukene, intshisekelo, nezindawo. Futhi yonke into ihlelwe kusengaphambili, ngakho bhukha futhi uhambe.

Uhambo oluhambisana nezintshisekelo zakho

Noma ngabe unentshiseko kwezokupheka noma ungumqwali wezinkalo, uthanda izilwane noma ungungqondongqondo wemivubukulo, kukhona uhambo lokuhlola onothando ngako.

Izenzakalo eduze nawe

Izenzakalo eduze nawe

Uhambo olujabulisayo lukhulumile, bona basabela

Izihambi eziyisithupha ezivela emhlabeni wonke ziya ohambweni zilibhekise endaweni ezingayazi. Bukela ividiyo ngezansi ukulandela uhambo lwabo oluyingqopha-mlando.

Pacifica, USA

Rick

“Ngibe nombono walokho engangiyikho ngisemncane. Futhi ngisasenakho lokho enhliziyweni yami.”
Columbus, USA

U-Patrice

“Saya ezindundumeni futhi sabheka izinkanyezi. Nginqume ukuthi ngifuna ukuba khona ngokwami.”
El Ejido, Spain

U-David

“It’s been a really rough year. This trip was the spark I needed to start a new beginning.”
Bangkok, Thailand

U-Maggie

“Lapho sixoxa ngesikusabayo, saba nokusondelana. Abasebona abantu abangazani. Bangumndeni.”
London, England

U-Michael

“Ungaba sendaweni enhle kunazo zonke, kodwa uma ungekho nothile oyenza iphile, khona-ke imane iyindawo nje.”
Philadelphia, USA

U-Allie

“Ngaqala ngokudinga imininingwane. Ngemva kwalokho nganquma ukuthi ngangithanda ukungabi nalwazi ukuthi yini elandelayo."

A I R B N B + G O P R O

Thatha noma yini

Bhukha Uhambo Olujabulisayo bese uthole u- $200 okhishiwe kukhithi ye-GoPro HERO7 Black Adventure.